KULOKOZA inhlansi yethemba ebantwini abangu-8.5 million, ababhekene nengwadla yokucishelwa ugesi njalo, ngenxa yokuthi kusuke kwehliswa ukusindelwa kwawo ikakhulu ngesikhathi lapho abantu ...
Ngesikhathi iJaji uRuthy Singh likhipha isigwebo, likhale kakhulu ngokungabi nazwelo kukaPhewa. Lithe uqhubekile waphika icala noma ngabe inkantolo seyimthole enalo. "Awunawo nhlobo unembeza, ...
Umqeqeshi weHollywoodbets Sharks uJohn Plumtree ulindele izinkinga maphakathi nesizini ye-URC ngoba vele kuhlale kwenzeka.
KUQAQAMBA inhliziyo kunkosikazi womsunguli weLadysmith Black Mambazo, uJoseph Shabalala, ngomcimbi wokuhlonipha umyeni wakhe ozoba seThekwini ngoLwesithathu athi akaziswanga lutho ngawo.
United Rugby Championship njengoba kuzodlalwa umzuliswano wokuqala wemidlalo yamaqoqo kule mpelasonto.
UQOKWE isikwati esikhulu esiqinile umqeqeshi weBafana Bafana, uHugo Broos, njengoba elakuleli lizodlala eyokuhlungela iNdebe yomhlaba neZimbabwe kanye neRwanda.
UMCULI kamaskandi uKhuzani Mpungose useveze ukuthi ukhethe ukungabi ingxenye yomcimbi wokubungaza impilo kaSolwazi uJoseph Shabalala, ongasekho ngenxa yokungaboni ngaso linye obekukhona phakathi ...
UVUKE umbhejazane wabhoka wakhahlela owesilisa osanda kulahlwa yicala lokusocongwa kwesikhulu esiphezulu sikaMasipala waseRichmond, esola iNkantolo eNkulu yaseThekwini, ngokunhlanhlatha nangokuhlulwa ...