KUQAQAMBA inhliziyo kunkosikazi womsunguli weLadysmith Black Mambazo, uJoseph Shabalala, ngomcimbi wokuhlonipha umyeni wakhe ozoba seThekwini ngoLwesithathu athi akaziswanga lutho ngawo.
Ngesikhathi iJaji uRuthy Singh likhipha isigwebo, likhale kakhulu ngokungabi nazwelo kukaPhewa. Lithe uqhubekile waphika icala noma ngabe inkantolo seyimthole enalo. "Awunawo nhlobo unembeza, ...
UVUKE umbhejazane wabhoka wakhahlela owesilisa osanda kulahlwa yicala lokusocongwa kwesikhulu esiphezulu sikaMasipala waseRichmond, esola iNkantolo eNkulu yaseThekwini, ngokunhlanhlatha nangokuhlulwa ...
SEKUSELE izinsuku amaProteas aqale imidlalo yamaqoqo yeNdebe yoMhlaba ye-ODI ezobanjelwa e-India naseSri Lanka.
ICosatu ithe izosebenzisana nohulumeni ukuwusiza emacaleni athinta ukuyiswa enkantolo kweyokuchitha eyomshwalense wezempilo iNHI, kanjalo nomthetho wokubuyiswa komhlaba.